Share

Articles

Articles

Isehlukaniso sasenkantolo kanye nesehlukaniso sabammeli…..Kwazi ukuhlukanisa kulokhu kokubili

Uma abantu abebeshadile sebethatha isinqumo sesehlukaniso emshadweni wabo,lokho kungabonakala kuyinto ekhathazayo futhi engehli kahle.Noma,kungangcina kwenzekile kodwa,kuyinto ebukeka ihlubulana umoya ngezindlela ezahlukene.Kubalulekile ukuthi abantu bazi ukuthi ukuthatha isehlukaniso kuyinto yokugcina kubantu abashadile. Uma benishade umshado enangena kuwona nayona yonke into ebiza igamalakho,kufanele iyokhulunywa enkantolo indaba yenu njengecala elikhulunywa enkantolo,indlela ecacile neqondile kufanele ibekwe ngecala lesehlukaniso senu.Isehlukaniso […]

read more

Imali yokulimala ezimotweni zomgaqo (RAF) eKZN

uzifuna kanjani izimali zakho: Indlela yokuqala yokufuna izimali zakho mawulimale kwezomgwaqo (RAF) ukuthi uhlanganise wonke amaphepha abalulekile uwahambise emahhovisi ethu eBallito eKZN -Imiphumela etholwe ngamaphoyisa ngengozi kanye nezinombolo zecala -Ikonakonke okuhlangene nawe kanye nobandakanyeke naye kwingozi -Incwadi ephuma esibhedlela evumayo ukuthi walimala ngempela engozini yemoto -Inoma ibuphi ubufakazi obuvumayo ukuthi kufanele withole lemali yokulimala kungaba […]

read more

Izinto ezinhlanu ekuyizona ezibanga ingcindezi kakhulu empilweni

Izinto ezinhlanu eziba ingcindezi empilweni ongazihleleli zifaka lokhu- -Isehlukaniso sabashadile -Ukugula okwadlulele noma ukulimala -Ukulahlekelwa umsebenzi -Ukushonelwa othandiweyo wasemndenini -Ukusuka endaweni obuhlala kuyo Kungenzeka singakwazi ukukusiza kokusuka ekhaya obuhlala kulo kodwa singakwazi ukukusiza ekutheni kungabi umthwalo osindayo noma ongaba ingcindezi kuwena. iGROBBELAR Incorporated inikezelana ngosizo olwahlukene ngakwezemithetho endaweni yase Ballito,entshonalanga yase Ningizimu Afrika.Uma ufuna indawo […]

read more

Ukufuna Izimali Zesinxephezelo Zokulimala Esitimeleni

Wake walimala esitimeleni esiphethwe uMasipala? Noma lapho ekulindwa khona isitimela sakwaMasipala? Kungabe umuntu okuyena yena obeka isinkwa etafuleni wake wabulawa ingozi esondelene nezitimela zakwaMasipala? Uma uzokwazi ukuletha ubufakazi bokubulawa noma bokulimala esitimeleni ngenxa yokunganakekeleki ngenxa yomsebenzi wasesitimeleni sakwaMasipala noma umshayeli wesitimela,uzokwazi ukuthola isinxephezelo esiphuma kwa Passenger Rail Agency of South Africa (PRASA) ezihlangene nabagibeli besitimela. […]

read more

Ukufaka isicelo sesinxephezelo sokulahlekelwa imali obuyihola emsebenzini/Ukusekwa abakwa RAF

Ukulimala engozini yemoto akuthusi kuphela kuhlukumeze nomqondo,kodwa futhi kuyabiza.Uma wake walimala engozini yemoto,ungakwazi ukufaka isicelo sesinxephezelo sokulahlekelwa imali kwabaka (RAF) kwabezemigwaqo. yini ongayifakela isicelo sesinxephezelo? Into ekwiyonayona ehamba phambili abantu abayifakela isicelo sesinxephezelo ubufakazi obudlule kanye nobesebenzekile obukhombisayo ukuthi ulimale ngempela okungaba izimali ekufanele uzikhokhe ngezikweletu ezenzekile ngokulimala kwakho esibhedlela.Okunye ongafaka isicelo sakho ilokhu okulandelayo: […]

read more

Ukulahlekelwa Obungakuzuza Kwisehlunakiso Sabashadile

Ukulahlekelwa obungakuzuza kwisehlukaniso kuchaza ukuthi phakathi kwalaba ababili abashadile oyedwa usuke ephoqwe inkantolo ukuthi alahlekelwe inzuzo yakhe kwisehlukaniso kungaba ingxenye noma yikho konke abengase akuzuze.Ngaphambi kokuba iDivorce South African Act yenziwe kabusha lendlela yayenziwa ngenxa yomuntu okuyena yena ongenzanga kahle kulaba abashadile noma okungalungile.Esikhathini samanje,ukwenza okungalungile emshadweni yikho okwenza inkantolo ibhekisise iphutha elenziwe kuma ithatha […]

read more

Ukufaka Isinxephezelo Sokulimala Okujwayelekile Kwabeze Migwaqo (RAF)

Umuntu ofaka isicelo sesinxephezelo angasifaka uma kukuthi ulimale okujwayelekile okufaka ukuphathwa izinhlungu ngenxa kanye nokuthi isimo sakho sidlulele phambili uma buvele uwumuntu obengaphilile vele kodwa sekudalwe ingozi yemoto. Ezingozini ezenzeka mhla ziyi-1 ku Ncwaba ( August) ngonyaka ka 2008 angakwazi ukufaka isicelo sesinxephezelo sokulimala uma ukulimala kwakhe lowomuntu kuyinto ebonakalayo futhi engaphikiseki. Imithetho yabezemigwaqo kwa […]

read more

Isondlo sengane

Uma abazali bengane bengasashadile noma bengasathandani,bobabili abazali kufanele kube ukuthi bayayinakekela ingane nokuthi ikhuliseka kahle yini,kakhulu uma kuziwa kwezezimali. Bobabili abazali kufanele kube ukuthi bayafaka imali ekuthenini ingane yabo inakekeleke futhi zonke izidingo zayo zifezeke. Ngemigomo yemthetho,yonke ingane kufanele ithole imali yesondlo ebhekile,ukuze izokwazi ukuthi ithole izingubo,ihlale endlini enemfudumalo,ibonane nabamazinyo bayibheke ukuthi kusahamba kahle yini,abezempilo,ezemfundo,ukuqeqesheka […]

read more

Isicelo sesinxephezelo zabemigwaqo (RAF) nokunakekeleka

Uyakwazi ukufaka isicelo sesinxephezelo kwabezemigwaqo (RAF) kungaba ukuthi ulimele noma ukudlula emhlabeni ngenxa yengozi yemoto emgaqweni. Umongameli wase Ningizimu Afrika uyena uyena okuyena okhipha lezizimali. Lokhu okulandelayo kungafakelwa isicelo sesinxephezelo: -Izindleko zokulimala esezidlulile kanye nosazobheka nazo -Ukulahlekelwa umuholo(odlulile nosazobheka nakho) -Ukulimala owakulimala(izinhlungu nobunzima bokulimala)lokhu okokulimala ngempela -Ukulahlekelwa ukusekwa Ngalesikhathi usifaka isicelo sesinxephezelo sokulimala,abezemithetho bayabhekisisa.Ungadingeka ukuthi […]

read more

Okubhekwayo Kwisehlukaniso

Okwezemithetho,ezemali,kanye ezomoya kwisehlukaniso kuyinkinga.Kuhle ukuzihlelela konke okungenzeka kwisehlukaniso ingakho siqale into esiyibiza ngokuthi syakubhekisisa kanye nommeli wakho uma usukulungele ukwenza isehlukaniso emshadweni wakho. Ukulandela umthetho kanye nokuhlukanisa yonkinto ebeninayo emshadweni ikona okuvame ukuthi kube inkinga kwisehlukaniso.Ngenhlanhla,abammeli bethu bakhona ukunciphisa umthwalo emahlombe akho wengcindezi yezemithetho kanye nezemali ngokwenza isehlukaniso esizokujabulisa. Ungasiza ukungamoshi isikhathi ngokuthi uhlanganise wonke […]

read more
1 2 3 4 5 6
Open chat
G GROBBELAAR INC
Hello 👋
How can we help you?