Ukulimala engozini yemoto akuthusi kuphela kuhlukumeze nomqondo,kodwa futhi kuyabiza.Uma wake walimala engozini yemoto,ungakwazi ukufaka isicelo sesinxephezelo sokulahlekelwa imali kwabaka (RAF) kwabezemigwaqo.
yini ongayifakela isicelo sesinxephezelo?
Into ekwiyonayona ehamba phambili abantu abayifakela isicelo sesinxephezelo ubufakazi obudlule kanye nobesebenzekile obukhombisayo ukuthi ulimale ngempela okungaba izimali ekufanele uzikhokhe ngezikweletu ezenzekile ngokulimala kwakho esibhedlela.Okunye ongafaka isicelo sakho ilokhu okulandelayo:
-Izimali ezikulahlekele noma ezizokulahlekela:Uma ungakwazi ukusebenza ngenxa yokulimala okudalwe ilengozi,noma ungasakwazi ukubuyela emsebenzini ngenxa yokulimala,unalo ilungelo lokufaka isicelo sesinxephezelo kwa (RAF) kwabezemigwaqo.Noma,kunesinqumo semali ongakwazi ukusicela sesinxephezelo kukhona izinga ongadluleli kulo igcina lapho eshiwo khona yibo.
-Okudlulile noma okusanda kwenzeka kokulahlekelwa ukusekwa:Umuntu okuyena yena obeka isinkwa etafuleni othole ukugcina edlula emhlabeni ngenxa yengozi yemoto,ungakwazi ukucela isinxephezelo kwa (RAF) Kwabezemigwaqo.Nalana futhi kukhona izinga ongadluleli kulo lokucela isinxephezelo semali yibona abashoyo ukuthi uzothola malini.
-Izindleko zomngcwabo:Ungakwazi ukufuna isinxephezelo semali yokulimala engozini yemoto uma lomuntu enimugcwabayo engene engozini yemoto abakwa (RAF) bezemigwaqo
Singabammeli abatholakala endaweni yase Ballito,eNtshonalanga yeningizimu yeThenku sizimisele ukukusiza kwezemithetho.Sithinte uma udinga abantu abazokusiza kwezemithetho abaseduze,abazinikelayo futhi ongabethemba.
Recent Comments