Uma kuziwa ekuhleleni umshado into yokugcina oyicabangayo ukuvikela izimali zakho.Ukuvuma into evikela izintozakho uma uzoshada usuke ungachazi ukuthi umshado wakho angeke ube impumelelo,kuchaza ukuthi uzivikela wena kanye nalo oshada naye kwingcindezi yezimali ekuhambeni kwesikhathi.Noma kungeyona into encomekayo futhi enothando,ukukhuluma ngokweqiniso makuziwa kwezezimali ngaphambi kokuthi nishade kungaba into enomthelela omuhle.
Ukuvikela izimali zakho izinyathelo ezijwayelekile ezithathwayo ngaphambi kokuthi kushadwe kwenza ukuthi umuntu azazi ukuthi owakhe umsebenzi namalungelo kumi kanjani mabehlukana.Kuyincwadi ebhalwa ngayizolo kuzoba umshado ngakusasa.Njengoba lesivumelwano sisemthwethweni kufanele ibhalwe ummeli.Isivumelwano yiso esichazayo ukuthi kuzokwenzekani ezintweni zabashadikazi uma bethatha isehlukaniso noma bedlula emhlabeni.
Lencwadi ingabhalwa ukunikezela noma ukuhlukanisa abanakho.
Abantu abashade bengasithathanga lesivumelwano bazongena nakhokonke okubiza igamalabo emshadweni okuchaza ukuthi konke abakuthole bengakashadi noma sebeshadile bazokuhlukanisa izingxenye ezilinganayo.
Xhumana nathi uma udinga abantu abazokumela abaseduze nawe ongabethemba.
Recent Comments