Uyakwazi ukufaka isicelo sesinxephezelo kwabezemigwaqo (RAF) kungaba ukuthi ulimele noma ukudlula emhlabeni ngenxa yengozi yemoto emgaqweni.
Umongameli wase Ningizimu Afrika uyena uyena okuyena okhipha lezizimali.
Lokhu okulandelayo kungafakelwa isicelo sesinxephezelo:
-Izindleko zokulimala esezidlulile kanye nosazobheka nazo
-Ukulahlekelwa umuholo(odlulile nosazobheka nakho)
-Ukulimala owakulimala(izinhlungu nobunzima bokulimala)lokhu okokulimala ngempela
-Ukulahlekelwa ukusekwa
Ngalesikhathi usifaka isicelo sesinxephezelo sokulimala,abezemithetho bayabhekisisa.Ungadingeka ukuthi uzofakaza wena qobo nokuthi ube nomuntu owufakazi.Kuvame ukuthi labo okuyibona abakukhulumelayo kube yibo abaletha ubufakazi obugcwele,noma kungenzeka ukuthi udingikale wena qobo.
Kulala kwisicelo sesinxephezelo ekuphemeleleni kwaso,abazemigwaqo (RAF) bazokunika isinxephezelo sakho uma konke sekulandelwe ngemigomo futhi kwaqedwa ngecala lakho.Noma indabayakho iphela kubammeli nabezemigwaqo (RAF),kufanele ukhulumisane nabezemigwaqo ngendaba yakho nesicelo sakho noma kukhona okusha okuvelayo.
Ezemithetho ezihlangene nabezemigwaqo zinzima kakhulu ingakho kungcono ukuthi ungabhekani nazo wedwa.Uma udinga olunye ulwazi ungaxhumana nabasizi bethu ucele ukubonana nabanye babammeli bethu abasendaweni yase Ballito eNtshonalanga yeTheku
Recent Comments