uzifuna kanjani izimali zakho:
Indlela yokuqala yokufuna izimali zakho mawulimale kwezomgwaqo (RAF) ukuthi uhlanganise wonke amaphepha abalulekile uwahambise emahhovisi ethu eBallito eKZN

-Imiphumela etholwe ngamaphoyisa ngengozi kanye nezinombolo zecala
-Ikonakonke okuhlangene nawe kanye nobandakanyeke naye kwingozi
-Incwadi ephuma esibhedlela evumayo ukuthi walimala ngempela engozini yemoto
-Inoma ibuphi ubufakazi obuvumayo ukuthi kufanele withole lemali yokulimala kungaba ephuma esibhedlela,kummeli kanye neyobufakazi bokulimala kwakho.
-Inoma ibuphi ubufakazi obubonakalayo obuvumayo ukuthi wangena ngempela engozini kungaba ukulimala kwemoto noma indawo eyathinteka mhla ingozi yenzeka kanti nakhu okunye okubalulekile ekufanele ukuphathe incwadi egcwalisayo oyithatha lapho ekufunwa khona lezizimali (RAF)

Ubani ongakwazi ukwifuna lemali?
-Umuntu owangena engozini yemoto kwabonakala ukuthi ulimalile (ngaphandle kwamshayeli obeshayela imoto okuyena odale ingozi)
-Umuntu omele lowo odlule ngengozi yemoto obekuyena obeka ukudla etafuleni
-Umuntu osondelene nalowomuntu okuyena obekade ekhokhela umbgcwabo kalowo ongene engozini yemoto
-Umuntu ongaphansi kweminyaka eyishumi nasishiyagalombili(18) kumele asizwe umzali noma umgadi wakhe ukuze athole lezizimali

Singabammeli abatholakala endaweni yase Ballito,eNtshonalanga yeningizimu yeThenku sizimisele ukukusiza kwezemithetho.Sithinte uma udinga abantu abazokusiza kwezemithetho abaseduze,abazinikelayo futhi ongabethemba.